Tuesday 26 July 2016

OweGalawela uqhamuke ne "On the Move in Music"

Iciko elinezinhloso ezinkulu uShakes Ngema owaziwa eqenjini lomculo i Shakes no Singil endimeni yomculo seliqhamuke nento ezolekelela kakhulu kumaciko ekuzimaketheni kalula ezinkundleni zokuxhumana. Usungule I Page eselidume kakhulu elibizwa "On the Move in Entertainment" liyatholakala Ku Instargram , Twitter , Facebook and Tumble .

Ulenze ngenhloso yokuthi amaciko uma ekhangisa ngomculo Noma ama Event abazoya kuwona befisa ukuthi abalandeli babo bazi kabanzi , bayaye babhale ekhasini labo .

No comments:

Post a Comment